Ukubika imoto uthunyisa impepho utshele abantu abadala ukuthi uthenge ihhashi abantu abadala abayazi imoto iyini yibize ngehhashi angazi ke yinindaba kuthiwa ihhashi ngoba ihhashi lokuqala kwazulu natal lafika nabelungu lafika no dingani evela ekoloni balidamba ihashi lakhe bathi yinjomane, amadlozi ethu azi imbongolo . Kodwa ke asiyekeni ipolitiki, ihhashi lakho ulithunyisela impepho kuphela awuhlabi, imoto awuyichitheli igazi ngoba lokhu kungaletha umkhokha kodwa yenza braii ubeke utshwala besizulu nenyama oyithengile as a braai.
Ukubika or ukubonga imoto kuwusiko noma umkhuba? Ngabe ibhayisikili noma isithuthuthu kodwa kuyabikwa na? Ngabe ukuthenga umkhumbi kodwa uyakubika na? Ngabe imoto ye business iyabikwa yona? Abanye bathi kuya ngemizi omunye ungithintile wathi umuzi wakubo waqala ngo 1985 ukuba nezimoto bona bayazibika izimoto bayayibika bese beyifaka inyongo imoto abayidayisi imoto eseke bayibika. Ibikelwani imoto?
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.